USiyabonga noSifiso balambile.
Ugogo wenza amakhekhe amancane alishumi. Uwabeka epuletini.
USifiso uthatha ikhekhe elilodwa. USiyabonga uthatha amakhekhe amabili.
USifiso uthatha amakhekhe amane. USiyabonga uthatha amakhekhe amabili.
Mangaki amakhekhe adliwe nguSifiso? Mangaki amakhekhe adliwe nguSiyabonga? Mangaki amakhekhe asalele ugogo?