UNkuku noShongololo (Level 1)
Winny Asara
Magriet Brink

UNkukhu noShongololo bangabangani.

1

Bayahamba bayodlala ibhola lezinyawo.

2

UNkukhu ungunozinti.

3

UShongololo ushaya igoli!

4

UNkukhu udinwe wafa.

5

UNkukhu udla uShongololo.

6

UNkukhu uhlangana nomama Shongololo.

7

"Ngisize Mama!" kukhala uShongololo.

8

UNkukhu uzizwa engaphilile.

9

UShongololo unambitheka kabi kakhulu.

10

UNkukhu uhlanza uShongololo. Amashongololo ayabaleka.

11

Izinkukhu namashongololo sebeyizitha.

12
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
UNkuku noShongololo (Level 1)
Author - Winny Asara
Translation - KwaZulu-Natal subject advisors
Illustration - Magriet Brink
Language - isiZulu
Level - First words