Umazinyo Ushaka
Ethan Alberts
Ethan Alberts

UMazinyo wayenenkinga yaamehlo. Wayengakwazi ukubona ezinye izinhlanzi.

1

Kodwa wayengakwazi ukudla izaqathi zakhe.

2

USivinini ihhashi lasolwandle wathi "Mazinyo dlana izaqathi zakho."

3

Kodwa uMazinyo wayengakuthandi ukunambitheka kwezaqathi.

4

"Izaqathi zizokusiza ukuthi ubonekahle" kusho uSivinini.

5

UMazinyo wabe eseya kwadokotela. UMazinyo noSivinini balindela udokotela Shakes.

6

Udokotela Mazibuko uthi, "Izibuko zamehlo zizokusiza ubone kangcono."

7

UMazinyo wayengathandi ukugqoka izibuko.

8

Kodwa izibuko zamsiza ukuthi akwazi ukubona ezinye izinhlanzi. Manje useyazidla izaqathi zakhe nezinhlanzi.

9
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Umazinyo Ushaka
Author - Ethan Alberts
Translation - Nobuhle Mngadi
Illustration - Ethan Alberts
Language - isiZulu
Level - First paragraphs