

UMandla yinkawu edangele. Umama wakhe umxoshe ekhaya.
UMandla ujabhile. Angeke adle ubhanana wakhe.
UMandla ukhathele kakhulu ngalokho angeke adle izithelo.
UMandla uwe emthini elele, washayeka phansi Bhaxa!
Kuzo zonke izinhlangothi isihlahla ziyanyakaza. Kodwa uMandla akanawo umdlandla wokubaleka.
UMandla wathuka kakhulu! Habe! Yi-apula liwe emthini.
UMandla udla ama-apula kakhulu. Uthi angawadla, bese asuke ngejubane antininize aze ajuluke bese eyaphumula.
Wagijima engazi lapho eya khona. Akwaziyo wukuthi, kumele abalekele ehlathini acashe.
UMandla wagcina ethola indawa lapho azodansela khona, nalapho azophumula emva komdanso. Udla izithelo eziningi ezahlukahlukene.
UMandla unamandla amaningi ngoba udla izithelo. Ngalokho waqala ukudansa.
UMandla waqala umbukiso wokudansa ebukelwa yizo zonke izinyamazane. Ngaphambili kokuba adanse, nangemva komdanso, uMape udla izithelo.
Ukuzivocavoca kwakhe kuhle kakhulu, ngisho neNkosi yesivande yeza ukuzobukela umdanso.
Yaphenduka kanjalo inkawu yomdanso uMandla.

