Abangane Ababili
Namugosa and Nabune
Wiehan de Jager

UMnumzane Sosipani noMnumzane Bhodwe babengabangani abakhulu. Babehlezi ngokujabula iminyaka eminingi.

1

Ngelinye ilanga uMnumzane Sosipani watshela uMnumzane Bhodwe ukuthi ahambe avakashele umngane wabo uMnumzane Puleti.

2

Mnumzane Bhodwe angikwazi ukuhamba, anginamandla, uma ngingahamba ngingafa.

3

UMnumzane Sosipani wambonisa uMnumzane Bhodwe, ekugcineni wavuma ukuhamba.

4

Endleleni uMnumzane Sosipani washibilika wawela phezu kwaMnumzane Bhodwe. UMnumzane Bhodwe wephuka waba izingcezu.

5
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Abangane Ababili
Author - Namugosa and Nabune
Translation - Zimbili Dlamini
Illustration - Wiehan de Jager, Jemma Kahn
Language - isiZulu
Level - First sentences