UMazinyo ushaka
Ethan Alberts
Ethan Alberts

UMazinyo unenkinga yamehlo. Akakwazi ukubona ezinye izinhlanzi.

1

Kepha akafuni ukudla isaqathi sakhe.

2

USivinini ihhashi lasolwandle wathi, "Mazinyo, yidla isaqathi sakho!"

3

UMazinyo akakuthandi ukunambitheka kwezaqathi.

4

"Izaqathi zizokusiza ekutheni ubone kahle, "Kusho uSivinini.

5

UMazinyo waya kudokotela. UMazinyo noSivinini bahlala balinda udokotela Shezi.

6

Udokotela uShezi wathi, "izibuko zizokusiza ukuba ubone kangcono."

7

UMazinyo akafuni ukugqoka izibuko.

8

Kodwa izibuko zamsiza ukubona ezinye izinhlanzi. Manje udla izaqathi zakhe nezinye izinhlanzi!

9
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
UMazinyo ushaka
Author - Ethan Alberts
Translation - Zimbili Dlamini
Illustration - Ethan Alberts
Language - isiZulu
Level - First words