Usisi wami omdala
Lerato Tsotetsi
Lerato Tsotetsi

Igama likasisi wami uResego.
Mudala kimi ngeminyaka emithathu.

1

UResego uyangisiza ukugqoka umfaniswano wesikole njalo ekuseni.
Uhamba nami uma siya esikoleni.

2

Kodwa namuhla, usisi wami uzizwa engaphathekile kahle. UResigo uyagula!
Ngizakwenzanjani ngaphandle kwakhe?

3

Ahlangane noTumi endlelni eya esikoleni bese beyahambisana.

4

Uthisha ungiculele iculo esikoleni.

Lokhu kungenze ngazizwa ngijabule kakhulu.

5

Ngesikhathi sekhefu, ngidlale noBoipelo.

Kwangijabulisa lokho kakhulu.

6

Safika isikhathi sokuya ekhaya.

Ngaba nosuku oluhle kakhulu.

7

Ngizokuthokozela ukuxoxela usisi wami omdala ngosuku lwanamuhla.

8
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Usisi wami omdala
Author - Lerato Tsotetsi
Translation - Thulile Gumede
Illustration - Lerato Tsotetsi
Language - isiZulu
Level - First sentences