Umama wayekhuluma nocingo.
Wathola umlayezo wokuthi ugogo akasekho. Wayekhala kakhulu.
Ngadabuka kakhulu. Sonke saqala sakhala. Ugogo wayengeve esithanda, noma sesilahlwe yibo bonke abantu.
Zonke izingane zakhe zafika ukuzomngcwaba. Sathandaza ukuthi kungenzeki lutho olubi kuwo wonke umndeni.