UJosias uya esitolo
Josias M
Josias M

Kukhona isitolo esincane eduze kwasekhaya.

1

2

Umnikazi waso yindoda ezacile enezwi elincane.

3

4

Ngiqonda efilijini.

Ngithatha isiphuzo esibandayo iKingsley yestrobheli.

5

6

Ngiyasikhokhela nginikeza le ndoda ezacile imali.

7

8

Ngivula iKingsley yami yestrobheli, ngiphuze.

9

10

IKingsley yestrobheli ebandayo imnandi!

11
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
UJosias uya esitolo
Author - Josias M
Translation - Zanele Zuma
Illustration - Josias M
Language - isiZulu
Level - First words