Bonke baya eMalawi
Jacquiline K
Jacquiline K

Sasihlala nogogo nomama.

1

Abazala bami oChristina, uThandi, uJunior nomalumekazi babehlala nathi.

2

Ugogo wayesifundisa imidlalo.

Kwakumnandi kakhulu.

3

UJunior nogogo bahamba bayohlala eMalawi.

4

Umalumekazi noChristina nabo bahamba bayohlala eMalawi.

5

Kwalandela uThandi naye wayohlala eMalawi.

6

Kwakudabukisa kakhulu lokhu.

Akekho owazosala nathi.

7

Kodwa akukubi kakhulu, ngoba umama ngisahlala naye lapha.

8
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Bonke baya eMalawi
Author - Jacquiline K
Translation - Zanele Zuma
Illustration - Jacquiline K
Language - isiZulu
Level - First sentences