Usuku laLynne (Faka imibala)
Leo Daly
Marleen Visser

uLyn, Mkhulu Karel kanye noAnton beba lungisa izinto belungisela usuku luka Lynne lokuzalwa

1

uAnthon noLynne bayo bhaka ikhekhe. uMkhulu Karel ufunda iphepha elinemniningwane yokubhaka.

2

"Asihlanganise lezinto zokubhaka esitsheni esikhulu" kusho uLynne.

3

uAnton wagocoza izinto zokubhaka wase uyenza umonakalo omkhulu.

4

"Leli khekhe seliyasinda manje" kusho umkhulu Karel.

5

"Abangani bakho sebe fikile" kuhso umkhulu Karel.

6

uAnton ebecabanga ukuthi isipho sokucala sizoba esisindayo ngoba sasi sikhulu.

7

Bekungu mcamelo futhi wawukala kancane nje.

8

uAnton wacabanga ukuthi isipho esilandelayo sizoba lula ngoba sasi sincane.

9

Kwaku yitshe elipendiwe lalikala isisindo isiningi.

10

Izingane zasho ukuthi ikhilo elilodwa lamatshe likala okufanayo nekhilo elilodwa lezinsiba.

11

Ikhekhe lika Lynne belishile.

12

uLynne ebedumele kakhulu.

13

Umamncane Mavis wabuza uAnton ukuthi makagcekele ukuthi isispho sakhe sikala kangakanani.

14

"Likala okulinganayo nekhekhe leli elishile" kusho uAnton.

15

Wonke umuntu wathi "sukoluhle lokuzalwa, Lynne"

16
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Usuku laLynne (Faka imibala)
Author - Leo Daly
Translation - Dudu Sharon
Illustration - Marleen Visser
Language - isiZulu
Level - First sentences