Izilwane ziyabaleka
Cissy Kiwanuka Luyiga
Magriet Brink

Ugogo wayenezinkukhu neqhude elidala.

1

Umzukulu wakhe wamvakashela.

Wanquma ukulibulala leli qhude elidala.

2

Iqhude elidala labalekela edolobheni elikhulu.

3

Iqhude elidala lahlangana nekati libalekela umphathi walo.

4

Iqhude elidala nekati bahlangana nenja ibaleka nayo.

5

Bahlangana nehhashi elalibaleka nalo.

6

Izilwane zafika endlini ethize.

Zabona izigebengu ngaphakathi.

7

Izilwane zacula kakhulu ukuxosha izigebengu.

8

Zadla ukudla ezikuthole ngaphakathi endlini.

9

Izigebengu zabuya emuva kwesikhathi.

Zahlaselwa izilwane.

10

Izigebengu zabaleka unomphela.

11

Izilwane zahlala ngokujabula kulendlu.

12
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Izilwane ziyabaleka
Author - Cissy Kiwanuka Luyiga
Translation - Wonder Dlamini
Illustration - Magriet Brink
Language - isiZulu
Level - First words