Ukangalaleli
Thobile Gama
Marion Drew

Bekuyisikhathi sezilwane sokulala. Esinye sezilwane azange silalela.

1

Umlimi wacela uPiggy ukuthi aye egoqweni lakhe. Yena wala.

2

Umlimi wacela u Trusty Whip ukuthi ashaye U Piggy. Yena wala.

3

u Fiery Fire wala ukushisa u Trusty Whip ngokungalaleli.

4

U Clear Water akalalelanga umlimi ngokungacimi u Fiery Fire.

5

Umlimi wacela uMilky Moo ukuthi aphuze u Clear Water.

6

UMilky Moo wathi, "Ngizophuza lamanzi. Ngomile."

7

uClear water wakhala, "Ungangiphuzi. Ngizocima Umlilo."

8

U Fiery Fire wamemeza, "Cha angeke. Ngizomshisa u Trusty Whip."

9

UTrusty Whip wakhala, "Ngicela ungangishisi. Ngizomshaya u Piggy."

10

UPiggy wacasuka. "Ngizongena egoqweni."

11

UPiggy wangena egoqweni lakhe futhi bekakulungele ukulala.

12
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Ukangalaleli
Author - Thobile Gama
Translation - Lulama Mabuza
Illustration - Marion Drew
Language - isiZulu
Level - First words