Isihlahla esihambayo
Gordon Hart
Sean Hart

1

Hmm Hum Hmm...

Hmmm Hum Hmmm...

2

Hmm hum hmmm...

3

Yini indaba?

4

Yini indaba? Nginesithukuthezi! Ngikhathele ilendawo angikwazi ukuya ndawo! Ngifisa ukuvakashela amazwe akude. Kodwa angikwazi ngilana nje!

5

Ngifisa ukubona izindawo eziningi ngelinye ilanga.

iKongo, iJamayikha, iAlaska, iPhalastina...

6

Kulungile ke ngizokusa noma ikuphi la ofisa ukuya khona.

Ngempela? Sizohamba nini?

7

8

Uqaphele izimpande zami.

Ziyazwela.

9

Qaphela! Ungangiwisi.

Qaphela!

10

11

12

Bahamba ngosuku olulandelayo.

13
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Isihlahla esihambayo
Author - Gordon Hart, Sean Hart
Translation - Cynthia Nxele
Illustration - Sean Hart
Language - isiZulu
Level - First sentences