Umama wami othandekayo
Merville Mabula
Merville Mabula

Yimina lo.

1

Ngihlala nomama, umfowethu nodadewethu.

2

Umama uthanda ukupheka.

3

Ngesinye isikhathi umama uvakashela abangane bakhe.

4

Uma engekho, ngihlanza indlu futhi ngigeza nezitsha.

5

Ngaphambi kokuthi siyolala, umama uthi asithandaze.

6

Uma kulusuku lwami lokuzalwa, ungipha izipho.

7

Ngimthanda kakhulu umama wami.

8
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Umama wami othandekayo
Author - Merville Mabula
Translation - Zanele Zuma
Illustration - Merville Mabula
Language - isiZulu
Level - First words