

Inganekwane eyendoda ehlala kude le emakhaya nendodana yakhe UHubhu. Abantu emakhaya bebeyizonda lendoda ngenxa yamanga.
UHubhu wayelinda kubesekubusuku kulailwe amemeze " Sizani bo! Ngihlaselwe, Ngisizeni."
Abantu beza bagijima baphethe imikhonto. "Ahleke," UHubhu ahleke kuze kubebuhlungu isisu.
"Ukahle yini Hubhu?" " Siphi isilwane esikuhlaselayo?" kubuza abantu " Siyengale, Sizane bo!" Elokhu ekhomba ebumnyameni emuva kwezihlahla Abantu bajikeleze befunana nesilwane bangasithola. Bamkhuze ngokuqemba amanga.
Ngobunye ubusuku indodana yakhe yamuzwa ememeza, wangazwisisi imidlalo kayise ngabantu. Akwaza muntu lelolanga.
Akwaza muntu lelolanga ngenxa yamanga wakhe. Balinda ukhuthi ayekele ukumemeza.
"Sizane bo!" Indodana yakhe yayizwa ukuthi kukhona akungalungile. Indodana yeswa into ethusayo.
Indodana yagijimela phandle yabona silwane esethusayo sihlasela usise. Indodana wabayiqhawe wethusa isilwane ngesikhuni esivuthayo, Isilwane sabaleka.
Isilwane sagijimela ebumnyameni. Uhubhu waziqhanya ngendodana yakhe yeqhawe. Wayejabulile kakhulu.
Kusukela ngalelolanga uHubhu wayeka ukuqamba amanga, wabonga kakhulu kundodana kahle esindise impilo yakhe wayetshala noma wubani ngeghawe eliyindodana yakhe.

