uXhuma inja kaMkhulu
Zinhle Ntshiza
Zinhle Ntshiza

uXhuma inja ehleli ijabule.

1

Uyinja elalelayo kodwa elalela uMkhulu kuphela.

2

Umuzi kaMkhulu useduze nendlela.

3

uXhuma ubukela abantu bedlula,abheke nokuthi abezi yini kaMkhulu.

4

Mekukhona odlulayo uyamucathamela.

5

uMkhulu ubona uXhuma eqhasha.

6

uXhuma ubone ubaba edlula.

7

Aye khona uXhuma EDINIWE!!

8

Uthe emubona amuphushe.

9

Ayi Xhuma! XHUMA!! esho ubaba eyobayoba.

10

Xhuma mudedele! lutho uXhuma.

11

XHUMA BUYA LAPHO! kumemeza uMkhulu, ilapho amudedele khona.
IMPELA UXHUMA INJA KAMKHULU FUTHI ELALELA YENA KUPHELA.

12
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
uXhuma inja kaMkhulu
Author - Zinhle Ntshiza
Illustration - Zinhle Ntshiza
Language - isiZulu
Level - First paragraphs