Umndeni wami
Xolani Casewell Mofokeng
Catherine Groenewald

Umama wami lo, ubuka inkukhu yami enhle kakhulu.

1

"Mama inkukhu yami ilambile", kusho uNosipho.

2

UNosipho nenkukhu yakhe bafuna into abazoyidla.

3

UNosipho, inkukhu kanye nomama wakhe bakha izithela engadini yabo.

4

Umama noNosipho kanye nenkukhu baya ekhaya. "Mama uphi usisi nobhuti" kubuza uNosipho.

5

"Nosipho hambani niyobiza ubhuti no sisi bahlezi kagogo", kusho umama.

6

Mama ugogo uyagula sicela abuye azohlala nathi naye ungumndeni wethu. Kusho ubhuti nosisi kanye noNosipho. "Kikilikigi", awu nenkukhu iyavuma.

7
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Umndeni wami
Author - Xolani Casewell Mofokeng
Illustration - Catherine Groenewald
Language - isiZulu
Level - First paragraphs