Izilwanyana zami zokudlala
Valentine Thembelihle Nkosi
Valentine Thembelihle Nkosi

Igama lami ngingu Umphile, nginezinyanga ezintathu. Nginezilwanywana zami engithanda ukudlala ngazo, ukuze ngifunde ukubamba nokuqinisa amathambo omzimba. Izilwanyana zami azidinwa noma ngizifaka emlonyeni, ngisuke ngidlala nazo.

1

Zonke izilwanyana zami ngiziphe amagama. Lona nguMnuzane Ndlovu. Umnumzane Ndlovu unephimbo elibanzi. Ngithanda umboko ka Mnumzane Ndlovu, ngoba ngikhona ukuwubamba kalula futhi ngikhona nokuwunambitha.

2

Lona nguKwelanga, uKwelanga unephimbo elincinyana. Ngithanda imibala yakhe egcamile. Izingalo zikaKwelanga zinemisindo ehlukeneyo, ingalo yangakwesokunxele iyona engiyithanda kakhulu ngoba yenza umsindo ofana nowedada.

3

Lesi isilanywana sami engisithanda kakhulu. Ngisiphe amagama amabili, ngu Matho noma Fufu. UMatho ngithanda izinyawo zakhe ezine. Unyawo ngalunye lenza umsindo ohlukile, yingakho eyisilwanyana sami esihamba phambili.

4
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Izilwanyana zami zokudlala
Author - Valentine Thembelihle Nkosi
Illustration - Valentine Thembelihle Nkosi
Language - isiZulu
Level - First paragraphs