ukuvakasha iZoo
Thalente Ologunorisa
Angie and Upesh

izolo ntambama, uSipho nomndeni wakhe baye iZoo.


abantu abaningi bebefuna ukubona izingwe.

uSipho akathandi izingwe, kodwa umfowethu, uThandi, bewufuna ukuthatha izithombe nabo.

uSipho uthanda obhejane

1

uSipho nomama wakhe baye ukubona ezinye izilwane zasendle ezinye. Babone indlovu yinye nezindlulamithi ezimbili.

bekuwusuku olushisayo, umama kaSipho umuphe imali yokuthenga ubisi.

ngendlela wakhe, uSipho ubone abantu abaningi abagijimayo. "Inyoka ibaleke eZoo." kusho Intombazane eyahambayo.

2

bewulahlekile uSipho. bewuqala ukukhala.

indoda imbuze "uyaphi?

Ngiya esangweni elibili.

Yena uphendule

Jika kwesokudla. Kusho indoda

uSipho umbonge bese ujike kwesokudla.

3

uSipho ubone umama bewuseduze nendlulamithi.

uSipho ugone umama.

baye ukufuna ubaba nomfowethu bese bahambe ngemoto entsha ukuya erestorenti.

umndeni badle chakalala futhi baphuze amahewu baze basuthi.

4
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
ukuvakasha iZoo
Author - Thalente Ologunorisa
Illustration - Angie and Upesh
Language - isiZulu
Level - Read aloud