Uhambo oluya kwa Anti
Ntando Ngobese
Offei Tettey Eugene

Umalume udla nabashana bakhe ababili uSipho no Sboniso badla isidlo sasemini.Umalume ubathuma kwa anti ukuba bahambise ubhasikidi onesipho phakathi .Abashana badla baqeda bathatha ubhasikidi bahamba

1

Usboniso no Sipho bahamba bexoxa endleleni bobabili.

2

Bathe besahamba bezwa ngento ehoshozayo ,bathi uma bebheka babona imfene .uSboniso no sipho bamemeza becela ukusizwa

3

Imfene yathi'lethani loyo bhasikidi noma ngizonidla .Abafana ababili banika imfene ubhasikidi bethukile.imfene yathatha ubhasikidi yawubamba i jabule ukuthi isayodla yona

4

Kuthe kusenjalo kwagxuma inja yaluma imfene .Abafana bashaya izandla beyihleka lemfene .Inja yabaleka .Abafana base besaba ukuya ekhaya ngenxa youkuthi balahle inja

5

Bahamba beya ekhaya bekhekile.uma befika batshrla umalume yonke into eyenzakalile.uMalume wacasuka wagana unwabu .kodwa ekugcineni wagcina exolile

6
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Uhambo oluya kwa Anti
Author - Ntando Ngobese
Illustration - Offei Tettey Eugene
Language - isiZulu
Level - First paragraphs