Inja ebizwa Spot
Ella Thomas
Catherine Groenewald

Lona nguSpot inja yami.

1

USpot uthanda ukudlala ngebhola.

2

Emva kwalokho uSpot ukhathele.

3

USpot uthanda ukukhonkotha.

4

USpot uyathanda ukulala phansi.

5

USpot uthanda ukudlala nezinye izinja.

6

USpot uthanda ukudlala namakati.

7

USpot uthanda ukugijimisa abantu.

8

Kodwa ukudlula konke uSpot uthanda ukudla!

9
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Inja ebizwa Spot
Author - Ella Thomas
Illustration - Catherine Groenewald, Ursula Nafula, Wiehan de Jager, Magriet Brink, Leo Daly, Heslia Schon, Jean Fullalove
Language - isiZulu
Level - First words