Sihlala Nenyoka Endlini
A.K Ngubane T.Dlamini
Jacob Kono

Seku lumber egcekeni siphelele abanye bebuyile eThekwini.kwakungeve kumnandi siwumndeni siphelele. Abantu babesibukela phansi bengasifuni.sasihlala nogogo ekhaya owayethanda ukusixoxela inganekwane njalo Uma ilanga selikhiphe umkhov'tsheni

1

Wawungafunga ukuthi impilo hamba Kahle Kanti litho.Ugogo maZondi wethu njalo njalo ngesontk wayesisa esontweni yize singathandi kodwa sasishona khona. Kwathi sekuphele usuku ilanga seliyophonsa kunina uMama wathi nje ephaka ekhishini sezwa

2

Esememeza (hawe ma! Sizani no!) Akekho watshela omunye saphuma silandelana endlini saphuma kobheka safika inyoka igcwel'indlu imnyama nebala elibovu ekhanda nasemuzimbeni. Ngezwa ugogo eqhaqhazela lapho uMama akazi uzophuma kanjani ngoba

3

Yayithe bhalakaxa phakathi nesika yendlu washuduzela ethi uyanyenya kodwa lutho,yavele yaphakamisa yambuka amehlo Ayo eyethusa ngoba kwakungeyona inyoka ejwayelekile omakhelwane base begcwele igceke bezobuka lenyoka esendlini.

4

Abanye babeqhopha ama video nezithimbe kuthe kusenjalo lashintsha izulu laguqubala ifu Lamba munyama. Abantu babaleka emakubo,bexakwa ilelizulu elimbi kangaka kuthe kusenjalo kwasuka enkulu imvula ehamba nomoya endlini,ekhishini Kaba mnyama

5

Kanye nenkungu lapho ngase ngithulisa abantwana ba mama bathuswa ilokhu abakubonayo.
Nathi saphuma endlini samshiya uMama ekhishini kodwa sasinovalo ukuthi uzobulawa ileya nyoka kwanetha ubusuku bonke imvula ingayeki lapho kungalaleki.

6

Ugogo edumele esekhala ukuthi bayithakatha sasesidangele Sonke endlini sakhuleka sakwenza konke saqhubeka sahlala. Ngabona sebelele bonke. Kanye nogogo sezumekile ngabambathisa nami ngabuthi qu ubuthongo sathi masiphaphama ekuseni kwakuthul

7

Cwaka imvula yayisithule nayo saphuma Saya ekhishini isicabha sivalwe ngaphakathi masimemeza uMama akasabile,Sonke savele sakhala sasicabanga ukuthi usesishiyila emhlabenu. kwaba umzukuzuku ekuseni sazizama ukuvula isicabha sasekhishini yiz

8

Singavuleki. Omakhelwane babengasa sondele nhlobo egcekeni lasekhaya phela bayibone Kahle inyoka embi. Sakhathala savele sahlala phansi ekhishini.Salinda ukube mhlampe uMama uzophuma,ilanga labe lishisa ngendlela engajwayelekile nhlobo nje

9

Wawungaze ufunge ukuthi lisha Thina sodwa lapha ekhaya kuthe kusenjalo kwasuka enkulu indaba le sezwa kunyakaza isicabha,sasukuma Sama ngazo zombili izinyawo.Sasithe njo silinde kuphume uMama kodwa Dololo okunalokho kwasuka umoya

10

Kanye nemvula nenkungu emhlophe kwangabonakala lutho samemeza sacela usizo kepha kwase kufana neculo ingoma engaziwa ekekho owasabela yathi iqamba iyangokwehla imvula Kanye nomoya,inkungu yaphela.sathi njo amehlo ekhishini akekho noyedwa

11

Owangena sasesisaba ngendlela exakayo.kodwa ngavele ngazidela ngasho phakathi ngangena kwakuthuleke cwaka kungekho Munt intomb'endala yavele yakhala. Gogo ungakhali,Sonke sasididekile ukuthi kwenzakalani Nathi asazi kodwa asetbembe unkulunk

12

Uzosicacisela,uGogo waphela Amandla ngamubuyisela endlini sekucacile ukuthi lenyoka ihambe nomama.(Ngabe imugwinyile?) Aii ngeke kanjani? Kanginazo sengizoshona nokuthi bayasithakatha gwili ki qi kwatheleka ibhungu laka makhelwane elaziwa n

13

Mdobi wezinhlanzi kulendawo.Wafika sihlangene Sonke endlini,wasichazela ukuthi ubesemfuleni wayesebona owesifazane amfanisa namama walapha ekhaya wakhipha umshuqulo wakhe ephaketheni.Mangubuka limshuqulo ilo okade ufakwe uMama ngenkathi eph

14

Ekhishini,wabe esekhala ugogo kuvuka usizi NGO mama ukuba ngabe akasekho emhlabeni.Empeleni nami ngaphatheka Kabi ukubona umshuqulo kamama.Akuphelanga lapho okwangithusa kakhulu,lenzizwa yayiphethe nephinifa likamama elibomvu

15
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Sihlala Nenyoka Endlini
Author - A.K Ngubane T.Dlamini
Illustration - Jacob Kono
Language - isiZulu
Level - First paragraphs