Izigqoko zesimanjemanje
Thulile Gumede

Izigqoko zihlukahlukene futhi zigqokwa emicimbini eyehlukene.

1

Lesi yisigqoko samantombazane kanye nabafana.

2

Lezi izigqoko ezifakwa ngesikhathi sikakhisimusi.

3

Lezi ngezinye zezigqoko ezifakwa omama emshadweni noma esontweni.

4

Lezi yizigqoko zabantwana abagibela amabhayisikili.

5

Kunezigqoko ezigqokwa ngomcimbi wokuthweswa iziqu.

6

Kukhona izigqoko zabantu abelusa izonkomo noma abagibela amahhashi.

7

Kunezigqoko ezigqokwa obaba futhi zakhiwe ngokotini.

8

Kukhona izigqoko eziningi ezimubalabala.

9

Lesi isigqoko esakhiwe ngotshani ikhwani.

10
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Izigqoko zesimanjemanje
Author - Thulile Gumede
Illustration -
Language - isiZulu
Level - First paragraphs